Ikhalelwe Ngamasongo Kasigonyela Induna Esolwa Ngokubulala
Written by Mfundo on 4 January, 2021
Amaphoyisa akwaZulu-Natal asebobhe induna yendawo ngamacala okuthumba nokubulala.
Lenduna yaseMsangweni eMelmoth, enyakatho esentshonalanga nesifundaze, isolwa ngokubulala umlisa oneminyaka engu 26, isebenzisana nabanye abasolwa abathathu.
Umufi wathunjwa emzini wakubo, nokusolaka ukuthi wathathwa wayiswa esigangeni lapho ashiselwa khona.
Okhulumela amaphoyisa kulesifundazwe uNqobile Gwala uthi lona ngumsolwa wesine kulelicala njengoba kukhona nabanye abathathu ababoshwa ngenyanga edlule.
U-Gwala uyachaza,
powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.