Ikhansela Lithembisa Ukubhekana Ngqo Nezigilamkhuba eMpangeni

Written by on 25 January, 2021

By: Lindelani Mbatha

Ikhansela lakuWard 33 eMpangeni enyakatho yesefundazwe uZakheleni Xulu uthi bazobhekana ngqo nezigebengu ezihlukumeza umphakathi waseMambuka.

Izolo abezindaba zeGagasi Fm baveze izinsolo ezenziwe yilomphakathi obukhala ngokunukubezwa ngokoncansi yizinswelaboya.

Lezigebengu ziphinde zabulala ngisho namalunga ekomidi lomphakathi elizibiza ngesikebhe.

uXulu uthi usekhulumile namaphoyisa akuleyandawo akhombise ukulusukumela phezulu loludaba.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background