iKZN ingenye yezifundazwe ezihamba phambili ngemibhikisho

Written by on 7 February, 2020

Lesifundazwe saKwaZulu-Natali sibalwa nezihamba phambili kuleli ngemibhikisho yezidingo zomphakathi.

Ucwaningo lwenhlangano imunicipal IQ seluveze ukuthi isfundazwe saseGauteng yisona esihamba phambili, silandelwe yi KZN bese kuthi iWestern Cape ilale isthathu.

Luqhuba ngokuthi nokho ngonyaka owedlule, isbalo semibhikisho yomphakathi sehla uma kuqhathaniswa nonyaka ka 2018.

Oyiskhulumi semunicipal IQ, uKaren Heese, uchaza ngabakuthole kulolucwaningo.

Listen here:

By: Bright Ntuli


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background