Imbokodo Ithuthukiswa Kanjani e-KZN?

Written by on 10 August, 2021

By: Bright Ntuli

UNdunankulu wakwaZulu-Natal uSihle Zikala uthi uhlelo lukahulumeni iBack to Basics, seluthele izithelo ezinhle.

Ekhuluma ngenkathi kuqhubeka iphalamende labantu besifazane eHarding eningizimu yesifundazwe, uZikalala uthi leliphalamende lavumelana nonyaka owedlule ukuthi loluhlelo luzosetshenziswa ukuthuthukisa intsha kanye nabesifazane kulesifundazwe.

Uqhuba ngokuthi kumanje umnyango wezokubusa ngokubambisana kanye nowezokuthuthukiswa komnotho kulesifundazwe yiyo ehamba phambili ukuqinisekisa ukuthi amabhizinisi abantu abasha kanye nawabesifazane ayathuthukiswa.

U-Zikalala uyachaza,

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background