Imiphakathi inxuswa ukuthi ubambe uqhaza ekunqandeni izigilamkhuba
Written by Lethiwe Mdluli on 22 November, 2019
Izinhlangano ezingenzi nzunzo eMaritzburg sezinxuse umphakathi ukuthi ubambe iqhaza ekunqandeni izigameko zokudlwengula, ukuhlukumeza kanye nobugebengu ezindaweni ohlala kuzo.
Lezi zinhlangano zibambisene neminye iminyango kahulumeni kanye nabafundi bezikole ezahlukahlukene, zibambe imashi enokuthula nalapho bezisabalalisa izwi elilodwa lokuthi imiphakathi iqale ngokuvimba izenzo zobugebengu emakhaya azo, ngaphambi kokuthi zifinyelele ngaphandle.
Bekhuluma nezindaba zeGagasiFM, abanye balabo abebehambele lemashi basho kanje:
Listen here:
https://iono.fm/e/779971
By Nompendulo Ngubane
Tagged as Pietermaritzburg