Imisebenzi Engaphezu kuka-250 000 Isengcupheni – Liquor Traders Formation SA

Written by on 12 January, 2021

By: Bright Ntuli

Inhlangano yabadayisi botshwala iLiquor Traders Formation SA ithi ukukhathazeka kwayo kungaphezu kwemisebenzi engu 250 000 esengcupheni yokuphela embonini katshwala, kodwa manje isikhathazeke nangokuthi lemboni isazoba yini nekusasa.

Lenhlangano isho kanje kulandela ukuthi uhulumeni enqume ukuqhubeka nokuvala ukudayiswa kuka tshwala njengoba izwe lizoqhubeka nokuba ngaphansi kula level 3 we lockdown.

Oyiskhulumi se Liquor Traders Formation u Lucky Ntimane uthi uma kuzoqhubeka kanje amanye amabhizinisi akulemboni angase agcine ngokushabalala.

powered by Advanced iFrame free. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background