Indida Ngodonga Olwakhishelwa Imali Kabili Kodwa Lwangalungiswa

Written by on 20 April, 2022

By: Nompendulo Ngubane

Udonga oluyingozi olusondelene kakhulu nemizi yabantu endaweni yakwa Dambuza eMgungundlovu, luhlalise engcupheni umphakathi wakule ndawo nothi uzizwa ungaphephile ikakhulukazi esimeni semvula enamandla.

Lolu donga oluqala endaweni eyaziwa ngokuthi iseNtabeni, luphakathi nemizi yabantu kanti lugcwele amanzi kanye nemfucuza enhlobonhlobo.

U-Nompendulo Ngubane uyabika.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background