Inhlokomo Inkosi Ibuyiselwa Esihlalweni

Written by on 26 April, 2022

By: Nompendulo Ngubane

Inkantolo yamajaji eMgungundlovu isikhiphe isinqumo sokuthi abuyele esikhundleni sakhe sokuhola isizwe samaNyavu eMkhambathini, oyiNkosi yalesizwe uSikhosiphi kaBangubukhosi Mdluli.

U-Mdluli wehliswa kulesi sihlalo ngo 2020, nabathi azizange zibekwe izizathu zalesenzo.

Isizwe saManyavu samangalela ihhovisi lika Ndunankulu wesifundazwe noMnyango wokuBusa ngokuBambisana kuyo lenkantolo, sifuna iNkosi ibuyele esihlalweni sayo.

U-Nompendulo Ngubane uyabika:


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background