Injabulo Behlomuliswa Ngezipho Abafundi

Written by on 19 July, 2022

By: Dawud Phungula

Othisha base Dawede Primary School, eMolweni entshonalanga yeTheku bathi izipho ezitholwe ngabantwana zizokwenza bakuthokozele ukuya eskoleni.

I-Gagasi FM lingenelele ngokunikela ngezicathulo zesikole nezingubo zokugqoka kubafundi abalinganiselwa ku-200 njengengxenye yokubungaza i-67 Minutes for Mandela Day eShaka Marine World, Ethekwini.

 

powered by Advanced iFrame free. Get the Pro version on CodeCanyon.

 

 


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background