Inkantolo Inquma i-EFF Labour Desk Amaphiko

Written by on 24 June, 2021

By: Bongani Gina

Usihlalo we-EFF Labour Desk, uHlengiwe Mkhaliphi, uthi basazohlangana badingide ngesinqumo senkantolo yabasebenzi esibachithayo.

Lolu nguphiko lwalenhlangano olumela abasebenzi abasuke bebhekene nezinkinga emsebenzini yabo

Lokhu kulandela isinqumo senkantolo yezabasebenzi eGoli, iLabour Court, esinqume ukuthi i-EFF Labour Desk ayinalo ilungelo lokumela abasebenzi abasuke bebhekene nezinkinga emsebenzini yabo.

U-Mkhaliphi uthi basazohlala phansi bewubuholi bebonisane ngalesi sinqumo senkantolo.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.

 


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background