Inkantolo Ithi UZuma Akaphindele Ejele

Written by on 14 July, 2023

By: Zilungile Mkhize

Inkantolo yomthetho sisekelo ithi owayengumengameli wezwe uJacob Zuma kufanele abuyele ejele.

Lenkantolo isiqinisekise isinqumo senkantolo yokudluliswa kwamacala esakhishwa ngoNovember wangonyaka odlule, nesayalela uZuma ukuba abuyele ngaphakathi ejele.

UZilungile Mkhize uyabika.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.

 


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background