Inqalasizinda Yezemidlalo Isizofinyelela Kuzona Zonke Izikole eKZN

Written by on 21 April, 2023

By: Dawud Phungula

UNgqongqoshe Wezemidlalo, Amaciko Namasiko KwaZulu-Natal, uBongi Sithole Moloi, uthi lomnyango uzimisele ukuqinisekisa ukuthi izikole zaseKZN ziba nayo inqalasizinda efanele yezemidlalo.

USithole Moloi usho kanje ngenkathi ethula isabelo mali salomnyango esishayamthetho, ePietermaritzburg.

Lomnyango wabelwe imali engu R1.4 billion wamarandi.

USithole Moloi uthi lesabelo mali sizohamba indawo ende nasekuqinisekiseni ukuthi abafundi ezikoleni bafunda kabanzi nangemvelaphi yabo.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.

 

 


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background