INquthu neNkandla Ngamanye Amawadi e-ANC Angabhalisiwe eKZN

Written by on 31 August, 2021

By: Sanelisiwe Dlangamandla

I-ANC KwaZulu-Natal isinxuse amalungu ayo ukuba ayibekezelele njengoba isalungisa izinkinga zokubhalisela ukhetho lohulumeni basekhaya ne-IEC.

Unobhala we ANC kulesifundazwe uMdumiseni Ntuli usho kanje esithangamini sezindaba kulandela ukuthi leliqembu lihlulekile ukuhambisa amagama amalungu azolimela okhethweni lohulumeni basekhaya kwaze kwashaya isikhathi sokuvala.

U-Ntuli uthi maningi ama ward nala kulesifundazwe angawahambisile amagama nokubalwa kuwo ase Ngquthu kanye naseNkandla.

Kanti leliqembu kwimanje limatasa nesicelo saso kwinkantolo yezokhetho sokuba yengezelwe isikhathi.

U-Ntuli uyanaba,


Continue reading

Gagasi FM

What You Want to Hear



Background