Inuka Phu Inkohlakalo eMtuba – EFF

Written by on 9 November, 2020

By: Mthokoisi Manqele

I-EFF isimashele emahhovisi kamasipala waseMtuba, enyakatho yeKZN, ifuna kuxoshwe izikhulu zalo mkhandlu abazisola ngenkohlakalo.

Intatheli yezindaba zeGagasi FM uMthokozisi Manqele ibika bukhoma kulemashi,

powered by Advanced iFrame free. Get the Pro version on CodeCanyon.

Khonamanjalo iphini likaMeya wase Mtuba uMbongeleni Gina selwamukele uhlu lwezikhalazo ze EFF.

uGina uthi basazolubhekisisa loluhlu ukubona izikhalo zabo, ngaphambi kokuphendula.

powered by Advanced iFrame free. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background