iPopcru ithi izobhekana ngqo nezidingo zamalungu ayo

Written by on 5 November, 2019

Inyunyana yamaphoyisa iPopcru ithi ubuholi obusha balenyunyana obuzoqokwa buzobhekana ngqo nezinkinga ezibhekene namalungu ayo.

I Popcru isho kanjena njengoba namhlanje iqale ingqungquthela yayo yokukhetha ubuholi ebanjelwe eThekwini.

Ushlalo wePoprcu kulesfundazwe, uJeff Dladla, usetshele izindaba zeGagasiFM ukuthi phakathi kwezinto ezizodingidwa kulengqungquthela kubalwa nokuguqula umbutho wamaphoyisa.

 

Listen here:

By: Lindelani Mbatha


Gagasi FM – Medium Fidelity Stream

What You Want to Hear

Current track

Title

Artist

Background