Isaguga Esashelwa Yindlu Namanje Sisahlezi Emnyango

Written by on 18 June, 2021

By: Nompendulo Ngubane

Ugogo oneminyaka engaphezu kuka-80 endaweni yase Mafakatini esigodini sase Khethi, ngaphandle kwase Mgungundlovu, uthi akazi ukuthi uzothatha ini ahlanganise nani emva kokushelwa umuzi ngenyanga ka April.

Ugogo uHlaleni Zuma uthi usola ukuthi abazukulu bakhe badlala ngomentshisi kwaze kokheleka impahla ethize.

Uthi kungenzeka ukuthi yikho ikwaholela ekutheni kugcine kushe umuzi wakhe onamagumbi angu 7 ushe ungqongqe nayo yonke into eyabe iphakathi endlini.

uNompendulo Ngubane uyabika,

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.

 


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background