Isibhuda Sibungaza Amagalelo eNdlovukazi

Written by on 5 May, 2021

By: Sphelele Nzuza

Inhlangano yomama bendawo eyakhele isigodlo saKwaKhangelamankengane kanye namalungu omphakathi bathi bagqemeke ingozi engeqiwa ntwala ngokudlula emhlabeni kweNdlovukazi uMantfombi Dlamini-Zulu.

Labomama abazibiza ngeSiphithiphithi basho kanjena njengoba sebebuthene esigodlweni ukuzobhonga emswaneni.

Baqhuba ngokuthi bazofaka nesandla njengoba eqhubeka amalungiselelo okufihla indlovukazi kwaNongoma enyakatho yesfundazwe.

Bekhuluma nezindaba zeGagasi FM, sebabeka kanje,

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background