Isilo Sithi Sizosivikela Isizwe Sonkana

Written by on 29 October, 2022

By: Zilungile Mkhize

Umcimbi wokugcotshwa kweSilo ngokukahulumeni, sinikezwe isitifiketi saso sokuba yinkosi yamaZulu ngokusemthethweni sewuqale ngomkhuleko oholwa ngu Archibishop uThabo Makgoba.

UMakgoba ngokuhlanganyela nabanye abefundisi sebefungise iSilo ngokwenkolo.

Inkosi yesizwe samazulu uMisuzulu kaZwelithini isithembise ukuhlonipha isizwe, uhulumeni kanye nokuthuthukisa impilo yawowonke umuntu wakwaZulu Natal.

Babalelwa ku-50 000 abantu abahambele lomcimbi oyinqophamlando KwaZulu-Natal, eMoses Mabhida Stadium, kanti kubo kukhona nonguMalume wakhe Inkosi yaseSwatini uMswati wesithathu.

Efungiswa ngabafundisi abahlukahlukene iSilo sisho kanje.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background