Kuxwayiswa Izakhamuzi Ngesimo Sezulu Esibi

Written by on 4 February, 2022

By: Lindelani Mbatha

Ababhekelele isimo sezulu kuleli sebexwayise umphakathi ngemvula enamandla ezofinyelela ku-80% kulesisifundazwe.

Lesisiskhungo sithi lemvula kulindeleke ukuthi ine ngamandla idale nomonakalo kwezinye izindawo.

Ngenyanga eyedlule izindawo eziningi zikhahlamezekile kakhulu ngenxayokuna kwezulu okunamandla okufakaphakathi umasipala iLadysmith, Umsinga iMandeni kanye noMngeni.

Oyisangoma sezulu uAyanda Nsele uthi kusukela namnhalenje impela lizoyithela.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.

Oyisikhulumi somnyango wakwaCogta kulesisisfundazwe uSenzelwe Mzila uthi amathimba ezenhlekelele olomnyango ami ngomumo ukubhekelela noma yini okungase kwenzeke.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.

 


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background