ITheku Liqwashisa Izakhamuzi Ngokuphela Kwamanzi

Written by on 24 February, 2021

By: Pamella Majola

uMasipala weTheku usunxuse zonke izakhamuzi zakulelidolobha ukuthi zisebenzise amanzi ngokonga.

Lomaspala usho kanje nje usuzwakalise ukuthi amanzi azonqamuka kusukela ngo 1 ekseni kuya ku 8 ebsuku ngoLwesine, ezindaweni ezisenyakatho neziseningizimu yalelidolobha.

Uqhuba ngokuthi imbangela yalokuvalwa kwamanzi ukuthi kunezinto ezidinga ukulungiswa.

Oyislkhulumi sikamaspala, uMsawakhe Mayisela, uthi izindawo ezizobe zingenawo amanzi  zizolethelwa wona ngezimoto zamanzi.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background