ITheku Lithi Lisayicubungula eye-Operation Dudula

Written by on 7 April, 2022

By: Bright Ntuli

Umasipala weTheku usuyichaze njengamampunge imibiko ethi usuvumele inhlangano iOperation Dudula ukuthi ibe nemashi ngeSonto.

Iscelo salenhlangano sokubamba imashi sisacubungulwa kanti sizobe sesidluliselwa ehovisi lemenenja yomkhandlu ukuthi ithathe isnqumo.

Umkhankaso we Operation Dudula uqale eGauteng, nalapho kubonakale amalungu awo evuka umbhejazane ethi akuxoshwe abokufika abukuleli ngokungemthetho baphindiswe emazweni abo.

Oyiskhulumi sikamaspala weTheku uMsawakhe Mayisela uyachaza.

powered by Advanced iFrame free. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background