Iyabuya I-Loadshedding EThekiwni
Written by Mfundo on 26 July, 2022
By: Lindelani Mbatha
I-Democratic Alliance (DA) ngaphansi kwaMasipala weTheku ithi lomkhandlu kumele uqinisekise ukuthi yonke inqalasizinda isibuyele esimweni ngaphambi kokuba ubuyise ukucishwa kukagesi.
Izolo lomasipalala umemezele ukuthi kusukela ngomhlaka 1 August ukucisha kukagesi kuzoqala.
Lomasipala ubambisene nenkampani ephakela izwe ngogesi i-Eskom wakumisa ukucishwa kukagesi kulandela ukuhlasela kwezikhukhula nokwadala umonakalo omkhulu kunqalasizinda.
Ohola i-DA eThekwini uThabani Mthethwa uthi angeke kubekuhle ukuba kubuyiswe ukucisha kukagesi kodwa kukhona inqalasizinda engakalungi.
powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.
Oyisikhulumni sikamasipala weTheku uMsawakhe Mayisela uthi lomasipala uzama ngayoyonke indlela ukulekelela uEskom.
powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.