Iyanyuka imali yokugibela ematekisini ngoJuly
Written by Lethiwe Mdluli on 15 June, 2020
Inhlangano yamatekisi kulesfundazwe iSantaco isiqinisekisile ukuthi kusukela ngomhlaka 1 wenyanga ezayo iyanyuka imali yokugibela ematekisini.
Usihlalo walenhlangano kulesfundazwe, uBoy Zondi, uthi kuwumkhuba wabo ukuthi imali yokugibela bayinyuse kanye njalo ngonyaka.
Usenxuse ososeshini bamatekisi ukuthi bengayinyusi ngokweqile imali yokugibela.
Listen here:
Podcast stream by Fabrik.fm
By: Bongani Gina