Izakhamuzi Ziphawula Ngesigwebo sika-Zuma

Written by on 30 June, 2021

By: Nompendulo Ngubane

Izakhamuzi seziveze imibono eyahlukene mayelana nesinqumo esikhishwe inkantolo yoMthethosisekelo sokubopha lowo owayengumengameli wezwe, uJacob Zuma.

U-Zuma usegwetshwe izinyanga ezingu 15, kanti uyalelwe ukuba azilethe yena esiteshini samaphoyisa eNkandla zingaphelile izinsuku ezinhlanu.

Lesi sigwebo sivele emva kokuba ala waphetha ukuvela kwikhomishana eyengamelwe iJaji uRaymond Zondo, yize inkantolo yomthetho sisekelo yabe isikhiphe umnyalelo wokuba ayovela aphendule nemibuzo khona.

Abahlali asebekhulume nezindaba zeGagasiFM basho kanje,

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background