Izidakamizwa Zidla Lubi Entsheni

Written by on 8 October, 2021

By: Lindelani Mbatha

UNdunankulu wakwaZulu-Natal uSihle Zikalala uthi izakhamuzi kumele zibambisane nohulumeni ukulwisana nokusetshenziswa kwezidakamizwa kuleli.

U-Zikalala ubekhuluma ngesikhathi uhulumeni wesifundazwe wethula ngokusemthethweni umkhankaso wokulwisana nezidakamizwa.

Ucwaningo olwenziwe yiMercer University School of Medicine e-USA luveza ukuthi babalelwa ku-13.3% abantu abasebenzisa izidakamizwa eNingizimu Africa.

UNdunankulu uthi izidakamizwa ziyinkinga futhi zigqilaza ikakhulukazi intsha yakuleli.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background