Izingwenya Zidla Lubi eJozini

Written by on 5 February, 2021

By: Mthokozisi Manqele

Umphakathi waseMakhonyeni eJozini enyakatho yeKwaZulu-Natal usudalule ukuthi usuhlalele ovalweni lokwesabela impilo yawo ngenxa yezingwenya ezibonakala zithwayiza eduze kwemizi zisuka emseleni wamanzi asuka eJozini Dam okuchelela amasimu.

Kusolwa ukuthi lezi ngwenya ziduduleke namanzi njengoba kade lina.

Okwamanje akekho osabanjwe walinywazwa zingenywa.

uMthokozisi Manqele uyabika,

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background