Izinkampani zama-Medical Aid Zizolekelela Kweyomgomo we-COVID19

Written by on 12 January, 2021

By: Pamella Majola

uNgqogqoshe wezempilo kuzwelonke uZweli Mkhize, uthi izinkampani zama Medical Aid, nazo zizodlala indima yazo ekusabalaliseni umgomo weCovid-19.

uMkhize uthi abantu abanama Medical Aid bazokwazi ukuthola lomgomo besebenzisa wona, ezibhedlela ezizimele.

Usetshele abezokusakaza kuleli ukuthi lomgomo uzosiza kakhulu empini ekhona ebhekene nomhlaba wonke yalolubhubhane.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.

Kanti owe Government Epmloyees Medical Sscheme uStan Molwabi uthi ayikho inzuzo amamedical aid azoyithola ngokusabalalisa lomgomo.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background