Izinyembezi Zenjabulo Osomabhizinisi Behlomula Inkece

Written by on 13 September, 2021

By: Siphelele Nzuza

Osomabhizinisi abatatshelwa impahla ezitolo zabo eThekwini bathi nakuba umasipala usubaxhase ngesbonelelo sika R30 000 ukubalekelela ukuthi bafukule amabhizinisi abo, kodwa bahlukumezeka kakhulu ngesikhathi sezibhelu zango July.

Basho kanjena ngemva kokwamukela loluxhaso kuMaspala iTheku njengengxenye yohlelo lwalomasipala lokulekelela osomabhizinisi abakhinyabezwe iCOVID-19 kanye nezibhelu.

Bekhuluma nezindaba ze-Gagasi FM babeka kanje:

powered by Advanced iFrame free. Get the Pro version on CodeCanyon.

Phezu kwalokhu, iMeya yeTheku uMxolisi Kaunda uthi osomabhizinisi kumele balekelelwe ukuze bakwazi ukuxosha ikati eziko emindenini yabo.

powered by Advanced iFrame free. Get the Pro version on CodeCanyon.

 

 


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background