Izisulu Zikhala Ngobungozi Bezidakamizwa

Written by on 18 July, 2023

By: Lindelani Mbatha

Izisulu zezidakamizwa ezihlengwa eSouth African National Council on Alcoholism and Drug Dependence (SANCA) eThekwini, zithi izidakamizwa ziqede konke ebeziphila ngakho.

Lezisulu ziphawule emcimbini weGagasi FM njengoba libungaza imzizuzu engu-67 yokwenza okuhle ngalolusuku lokuzalwa luka Nelson Mandela.

ULindelani Mbatha uyabika.

[advanced_iframesrc=”https://streaming.fabrik.fm/fabrik/echocast/player/rewind-single/player.html?id=6d2fc469-1aa3-455c-8e71-36fc65de6156&web_url=https://echocast.fabrik.fm/B5D4Yr4JPvX02W&podcast_id=56d3915a-92ca-4b4e-8973-075fea4310c7″ width=”100%” height=”200″]

 


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background