Izisulu Zisola Uhulumeni Nge-Marikana

Written by on 17 August, 2021

By: Lindelani Mbatha

Imindeni yezisulu ezashona esitelekeni sakwa Lomnin eMarikana kanye nalabo abasinda bedutshulwa, zisola uhulumeni ngokuhluleka ukuqinisekisa ukuthi bonke labo abasolakala kulesisigameko bayajeza.

Lezisulu bezikhuluma emcimbini wokukhumbula abasebenzi balemayini abashona. ngesikhathi betelekele ukukhushulelwa amaholo.

Intatheli yezindaba ze-Gagasi FM, uLindelani Mbatha uyabika.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background