Konke Sekubuyele Esimeni Emphophomeni

Written by on 14 July, 2022

By: Xolani Mkhize

Uzinzo selugcine lubuyile endaweni yaseMpophomeni, ePietermaritzburg, KwaZulu-Natal kulandela imibhikisho nokuphazamiseka kokuhamba kwezimoto obese kudonse izinsuku.

Umphakathi obudinwe ugane unwabu, usukhale kakhulu ngokuthi awunakiwe futhi izidingo zawo zempilo kanjalo nengqalasizinda ziyagqoza ikakhulukazi enkingeni yokulungiselwa ugesi.

powered by Advanced iFrame free. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background