Kubuye Ithemba Ezikoleni Ezakhahlamezeka Ngezikhathi Zezikhukhula

Written by on 24 January, 2023

By: Dawud Phungula

Inhlangano, i-Hollywood Foundation ibambisene ne-Gagasi FM isixhase izikole ezintathu ezakhahlamezeka ngezikhathi zezikhukhula ePort Shepstone, ngaphansi komkhankaso othi Gagasi FM Cares.

IMambi High School, Mashesha Junior Secondary kanye neSikhuthali Primary School.

Lezizikole bezinenkinga yengqalasizinda engekho esimweni, amaklasi avuzayo kanye namafastela afile.

Lokhu bekudala ukufunda nokufundisa kubenzima kakhulu kulezizikole ikakhulukazi uma kunezimvula ezinamandla.

Othishanhloko balezizikole bazwakalise okukukhulu ukujabula ngaloluxhaso.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.

Okhulumela i-Gagasi FM uKhulekani Shandu ubeke kanje.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background