Kubuye Ithemba Kowalaxazwa Umkakhe Nomndeni Ngenxa Yokukhubazeka

Written by on 6 April, 2022

By: Mthokozisi Manqele

Owesilisa owakhubazeka ngemva kokushayiswa yimonto, nobesekuphele iminyaka eyishumi ehlala yedwa emkhukhwini, akawuvali umlomo ngemva kokwakhelwa indlu.

U-Bernad Gumede oneminyaka engu-58 ubudala, wakwaJobe eJozini enyakatho yeKZN, uthi wanele wagula kanje umndeni wambalekela.

Uthi umkakhe wamshiya nezingane zambalekela.

U-Mthokozisi Manqele uyabika:

powered by Advanced iFrame free. Get the Pro version on CodeCanyon.

Isithombe: Nanku umkhukhu okade usuhlala uGumede ngemva kokutho alaxazwe umndeni kanye nomfazi ngenxa youkukhubazeka.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background