Kugwetshwe 3 Ngamacala Okubulala

Written by on 4 July, 2023

By: Pamella Majola

INkantolo eNkulu yaseThekwini isigwebe abasolwa abathathu ngemuva kokulahlwa ngamacala okubulala, ukwakha itulo lokubulala, ukuzama ukubulala kanye nokutholakala nezibhamu kanye nezinhlamvu ezingekho emthethweni.

Labalisa bobathathu okuwuMphiliseni Zulu, uSthembiso Ntuli kanye noSbusiso Nxumalo bagwetshwe odilika jele ngamunye.

Okhulumela amaphoyisa uThenjiswa Ngcobo uthi labalisa babesebethola iminyaka ephakathi kwemithathu kuya ku 15 ngamacala okuzama ukubulala nelokwakha itulo lokubulala.

UNgcobo uyanaba.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background