Kukhuzwa Ongqqeqe Ngokuxova iNdlunkulu

Written by on 30 April, 2021

By: Bright Ntuli

Umengameli wezwe uCyril Ramaphosa usezwakalise ukudumala kulandela ukudlula emhlabeni kweNdlovukazi, uMantombi Dlamini-Zulu.

uMaDlamini udlule emhlabeni kulandela ukugula iskhashana.

U Ramaphosa uthi iNingizimu Africa iyazwelana noZulu wonke, ikakhulukazi njengoba bekusaphele amaviki ambalwa ebekwe njengebamba bukhosi kulandela ukukhothama kweSilo.

Khonamanjalo, ethulela isizwe ngombiko wokudlula kweNdlovukazi, umntwana wakwaphindangene uMangosuthu Buthelezi usecele ukuthi abantu ke bame ukuqagula ngobukhosi, banike indlunkulu iskhathi sokuzila.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.

 


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background