Kungenzeka Ixake Nangempelasonto I-Load Shedding

Written by on 13 May, 2022

By: Sithulile Mdletshe

Inkampani ephakela lelizwe ngogesi i-Eskom ithi akukho shintsho olutheni njengoba isaqhubeka nohlelo lokunqamula ugesi izikhawu  i-Loadshedding.

Kusukela ngo 5 kusihlwa  kuze kube u-10 ebsuku, izwe lizokhala ngaphansi kwa stage 2 wokucishwa kukagesi.

Loluhlelo noseludonse isikhathi esedi seludale ukukhathazeka okukhulu kwizakhumuzi zakuleli.

Okhulumela lesi sikhungo , uSikhonathi Mantshantsha, uthi akukacaci ukuthi lokhu kuzokwenzeka impelasonto yonke yini.

powered by Advanced iFrame free. Get the Pro version on CodeCanyon.

 


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background