Kushabalale Ithemba Izikhukhula Zidlula Nekusasa Lezwe

Written by on 20 April, 2022

By: Zilungile Mkhize

Ungqongqoshe wezemfundo KwaZulu-Natal uKwazi Mshengu uthi sesifinyelele ku-57 isibalo sabafundi abashone ngenxa yezikhukhula kulesifundazwe.

Uthi kuphinde kwashona nothisha oyedwa kanye nomsebenzi wasesikoleni osiza ngokuphekela abantwana.

Isifundazwe iKZN sibhekene nezimvula ebezinamandla nezidale izikhukhula nodaka obeludlula nemizi yabantu.

U-Zilungile Mkhize uyabika:

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background