Kusho Lukhulu Ukunikezwa KweSilo Isitifiketi- DubeNcube

Written by on 29 October, 2022

By: Zilungile Mkhize

UNdunankulu waKwaZulu-Natal, uNomusa Dube-Ncube, uthi ukunikezwa kwe Silo isitifiketi sobukhosi ngokukahulumeni, kusho lukhulu kuZulu wonkana, kanjalo nakuhulumeni wesifundazwe.

UNdunankulu nguye osethule amazwi okwamukela zonke izihambeli ezithamele lomcimbi enkundleni yezemidlalo iMoses Mabhida.

UDube-Ncube uthi lokhu kuwubufakazi bokuthi isizwe sijabulile ngesilo esisha.

Uqhuba ngokuthi isizwe safa olwembiza ngokukhothama kweSilo uZwelithini kaBhekuzulu.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background