Kushone-7 Kubhunqa Umuzi eMzumbe

Written by on 28 June, 2022

By: Lindelani Mbatha

Undunankulu wesifundazwe uSihle Zikalala uthi asengu-7 amalunga omndeni wakwaMthembu eMzumbe eNingizimu yeKZN adlule emhlabeni ngenxa yomlilo.

Lamalunga alomndeni okubalwa kuwo nengane enamasonto amabili izelwe adlule emhlabeni ngempelasonto.

Ngokuthola kwabezindaba zeGagasi fm kwenzeka lokhu nje lo mndeni ubuzoba nomsebenzi bebase umlilo nobusuphenduka ubuhanguhangu bengazelele.

uZikalala uthi beyisifundazwe bashaqeke kakhulu ngalomshophi owehlele lomndeni.

powered by Advanced iFrame free. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background