Kuvuke Umunyu Emndenini Umbulali Egonyuluka

Written by on 13 July, 2022

By: Nompendulo Ngubane

Umndeni wakwaNdlela eSobantu uvukelwe ngumunyu ngesikhathi inkantolo enkulu yamajaji ePietermaritzburg, enkabeni yeKwaZulu-Natal ichaza ngokwenzeka ngosuku lapho uNjabulo Ndlovu eklinya, edlwengula ebulala amalungu amathathu alomndeni.

UNdlovu uvume wonke amacala angu 5 abhekene nawo awokubulala amathathu nokudlwengula ephindelela uZenande Ndlela oneminyaka engu 8.

powered by Advanced iFrame free. Get the Pro version on CodeCanyon.

 


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background