Kuxabene Ubendle Kwi-EFF eMgungundlovu

Written by on 29 September, 2021

By: Nompendulo Ngubane

Amalungu e-EFF endaweni yase Elandskop eMgungundlovu,  athi ngeke aze avote uma iqembu lingalungisi izikhalo zawo.

Lokhu kumayelana nabantu abasohlwini okumele bavotelwe ngoNovember 1, lapho izwe lizobe libambe ukhetho lohulumeni basekhaya.

Lamalungu amashe aphikelela ehhovisi le-EFF lapho ehambise khona uhlu lwezikhalo zawo nalapho eveza khona ukuthi afuna abaholi beqembu balungise uhlu lokumele bavotelwe ngoba lokhu sekwenze ukuthi iqembu lihlukane phakathi ngenxa yokuhlukana kwemibono kanye nokungalalelwa uma beveza ukungagculiseki kwabo.

Bebhikisha ngaphandle kwaleli hhovisi basho kanje:

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background