Kuxwayiswa Asebegomile Ukuthi Basukume Mabengazizwa Kahle

Written by on 3 May, 2021

By: Zilungile Mkhize

Isikhungo esicwaninga ngemishanguza kuleli, i-Medical Research Council, sesinxuse izakhamuzi ukuba zingazitheli ngabandayo uma zizizwa zingaphathekile kahle ngemuva kokugomela iCOVID-19, kodwa zibikele abezempilo ngokushesha.

Imigomo yokuqala yakwa Pfizer engu 325 000 isize yafika kuleli, njengoba uhlelo lokugoma izakhamuzi ngaphansi kuka Phase Two wohlelo lukahulumeni iSisonke Drive, luzoqala ngomhlaka 17 May.

Lesikhungo sithi yize siyethemba yonke imigomo ezosetshenziswa kuleli, okubalwa eyakwa Pfizer neyakwa Johnson & Johnson, kodwa imizimba yabantu ayifani yonke uma kuza ngasekugomeni.

Usihlalo walesikhungo oGlenda Grey uyenaba,

powered by Advanced iFrame free. Get the Pro version on CodeCanyon.

 


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background