Kuyinqophamlando Ukunikezela Kwestifiketi KwiSilo- Ramaphosa

Written by on 29 October, 2022

By: Lindelani Mbatha

Umengameli uCyril Ramaphosa uthi ukunikezela kwesitifiketi kumholi wamaZulu uMisuzulu kaZwelithini kuyinqophamlando kuleli.

URamaphosa ubethula inkulumo yakhe yokunikezelwa kwesitifiketi ethekwini.

Babalelwa ku-50 000 abantu abahambele lomcimbi oyinqophamlando kwaZulu, okufaka phakathi omengameli baphambilini uThabo Mbeki, uJacob Zuma kanjalo nosekela mengameli uDavid Mabuza.

URamaphosa uqhuba ngokuthi uhulumeni wakhe uzinikele ukusebenzisana besilo esisha uMisuzulu kaZwelithini ukuthuthukisa izindawo zasemakhaya.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background