Kuzolahlwa Inqwaba Yemjovo Ye-Covid-19

Written by on 9 June, 2023

By: Bright Ntuli

UMnyango wezeMpilo usuzwakalise ukuthi kunemijovo elinganiselwa ku-25 million yokugomela iCovid-19 ezolahlwa.

Umnyango uthi lokhu kungenxa yesibalo esincane sabantu abasagommela lolubhubhane.

Ongumqondisi jikelele emnyangweni uNicolas Crisp uthi yize kade benemikhankaso yokugqugquzela abantu ukuthi bagome kodwa abantu abayingeni.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background