Kwembulwa Kwembeswa Ephoyiseni Elidutshulwe Ngemvula Yezinhlamvu
Written by Mduduzi Phungula on 4 November, 2022
By: Xolani Khumalo
Iphoyisa lomgwaqo eliphuthunyiswe esibhedlela emva kokudutshulwa amahlandla amaningi KwaDukuza, eNyakatho neTheku, lilwela impilo yalo esibhedlela.
Kukholakala ukuthi leliphoyisa lihlangabezane nentululwane yezinhlamvu ngesikhathi lizama ukumisa imoto yomsolwa, obesanda kugebenga esinye sezitolo esidayisa ama-Cellphone.
Abezimo eziphuthumayo banikele endaweni yesigameko.
Okhulumela abakwa-Medi Response uPaul Herbts.
powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.