Kwembulwa Kwembeswa Kobulale Intombi Yakhe

Written by on 29 May, 2023

By: Zilungile Mkhize

Isimo sisalokhu simanzonzo ephoyiseni elidubule labulala intombi yalo, nayo ebiyiphoyisa maqede labhekisa isibhamu kulona lizama ukuzibulala.

Lesisgameko senzeke ngasendaweni yokucima ukoma kwaMdavu Emachobeni eNanda enyakatho yeTheku.

UDawud Phungula uyabika.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background