KZN Legislature Deputy Speaker Dies

Written by on 9 November, 2020

By: Bright Ntuli

Obengusekela somlomo sesihlayamthetho sesifundazwe uMluleki Ndobe akasekho emhlabeni.

Phambilini uNdobe ubengumeya wase Harry Gwala district eningizimu yesfundazwe, kanti imbangela yokushona kwakhe ayikacaci.

Oyiskhulumi se ANC eKZN u Nhlakanipho Ntombela usekuqinisekisile ukushona kuka Ndobe, njengoba ethi nakubona zisayimi emthumeni ngenxa yokushaqeka.

uNtombela uthi bafe olwembiza,

powered by Advanced iFrame free. Get the Pro version on CodeCanyon.

UNdunankulu wakulesisifundazwe uSihle Zikalala uthi bazoqhubeka nokuhamba ezinyathelweni zalowo obengusekela somlomo weshayamthetho uMluleki Ndobe.

powered by Advanced iFrame free. Get the Pro version on CodeCanyon.

 


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background