Lihlhlisiwe Futhi Icala LikaMeyiwa

Written by on 5 March, 2021

By: Zilungile Mkhize

Icala labelisa abahlanu abasolwa ngokuba nesandla ekubulaweni kuka Senzo Meyiwa, selihlehlisiwe.

Selihlehliselwe ukuthi liqale ukuqulwa ngomhlaka 25 October kuya kumhlaka 12 November kuwo lonyaka, enkantolo kaMantshi ePalm Ridge eGauteng.

Labalisa sebevele kafushane enkantolo iBoksburg Magistrates, nokuvele ukuthi oyedwa wabo useshintshe ummeli, ethi owokuqala wayemphoqa ukuba avume icala yize emtshela ukuthi akahlangene nokubulawa kukaMeyiwa.

Bonkeke labasolwa bathi babhecwa ngecala abangalazi.

Ekhuluma nabezindaba ngaphandle kwenkantolo, umholi wabashushisi abazimele ku AfriFourum, uGerrie Nel,  nowalusukumela loludaba kuleminyaka edlule wathi bazokwenza olwabo nabo uphenyo, uthi udumele ukuthi amaphoyisa namanje awakambophi ongungqongqondo kulelicala.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background