Liyoshona Sekucacile Ngemiphumela KaMatikuletsheni

Written by on 22 February, 2021

By: Pamella Majola

UNgqongqoshe wezemfundo emazingeni ayisisekelo, uAngie Motshekga, kulindeleke ukuthi amemezele imphumela kamatikuletsheni namhlanje ntambama.

Ngesonto eledlulile iskhungo esibhekelele imphumela kaMatric Umalusi samemezela ukuthi umnyango usungayikhipha imiphumela, usho nokuthi wanelisekile ngendlela nezivivinyo eziqhubeke ngayo kanjalo nezimakwe ngayo.

Kanti sekunemibiko ethi izinga lokuphasa lithe ukwehla kulonyaka ikakhulukazi kulandela ukuphazamiseka kokufunda nokufundisa ngenxa yobhubhane i covid-19.

Oyiskhulumi somnyango u Elijah Mhlanga usho kanje,

 


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background