Lusale Phansi Unyawo Kobenquma Utshani

Written by on 12 January, 2022

By: Staff Writer

Umlisa obesebenza enquma utshani engadini yelinye lamabhizinisi amakhulukazi eBothas Hill entshonalanga yeTheku, usehlelwe umshophi washumpulwa umshini abewusebenzisa unyawo.

Abezimo eziphuthumayo kwa Netcare 911, bathi lomsebenzi unqumeke unyawo ngesikhathi ehluleka ukulawula lomshini ogcine usuhamba phezu komlenze wadlula nonyawo.

Okhulumela u Netcare 911 uShawn Herbst uyenaba:

powered by Advanced iFrame free. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background